Hlanganyela uMashudu, intombazanyana enobuhlakani nesibindi, esethulela uhambo lwayo lwesimangaliso samandla
asamlingo ngemizwa yokudangala nokukhathazeka. Ngaphansi kokuqondiswa umngani onenhliziyo enhle
nemnene uDkt. Hope, uMashudu uthola amandla akhe ayisimangaliso okukhathalela,
ufunda nokuthi kulungile ukuzizwa unemizwa ehlukahlukene. Ngezifundo ezakhayo ngokusebenzisa amandla amangalisayo asamlingo, uthola izindlela zokulawula imizwa yakhe wafunda
nangokwabelana umusa kulabo abasondele
naye.
Le ndaba enemifanekiso emihle ilungele ukufundwa bantwana
nabazali ndawonye, inikezela ngezifundo ezibalulekile ngokuhlakanipha
ngokomzwelo nokubekezela.
0 (Overall)
Based on 0 Comments